<?xml version="1.0" encoding="utf-8"?>
<document>
<s id="1">Isahluko 1 Bala.</s>
<s id="2">Isibonelo: Uma uSipho angipha ipensela lakhe ngizoba nangaki yamapensela uma benginelilodwa?</s>
<s id="3">Mhlawumbe ungafuna ukwazi isimo sezulu?</s>
<s id="4">Zinengike izindlela zokubala, singabala ngesiZulu sibese sibhale phansi ngobawu olumele leyonamba njengoba senza phansi ngokukhombisa isithombe bese sisho ukuthi ziyingaki izinto ezisesithombeni ngokusembenzisa uphawu lokubala kanye nesiZulu.</s>
<s id="5">Hlanganisa amacephu Khipha icephu Phindaphinda amacephu Hlukanisa amacephu</s>
<s id="6">Empeleni, cishe wonke umsebenzi ufuna umuntu okwazi ukubala nobe ofunde ezokubala.</s>
<s id="7">Ngiyathemba ukuthi ungathanda ukwazi ukuthi umzimba wakho mkhulu kangakanani?</s>
<s id="8">Impendulo: Ngizoba namapensela amabili (nobe 2).</s>
<s id="9">Zingangezeka ngokuthi abazali basithengele nobe omunye wabangani bethu asi.</s>
<s id="10">Kodwa umbuzo obalulekile wukuthi lezo zinto ziyingaki, ukwazi loku kubalulekile.</s>
<s id="11">Ngekwezibalo lesehlakalo esiphezulu singaphalwa nje: 1+1=2 Loluphawu + luchaza ukuhlanganisa, kanti libizwa ngo hlanganisa/umhlanganisi (nobe u-plus ngesiNgisi) Kanti lolu = luchaza umphumela, kanti libizwa ngokuthi umphumela/kunika (nobe u-equal ngesiNgisi).</s>
<s id="12">Besingeke ukwazi zonke lezinto umasingakawazi ukubala.</s>
<s id="13">Lesi sigaba semfundo senza kube lula ukubala izinto ezifana neneni lento, umkuma kwento thize, ukuqucuka kwento, kanye nobukhulu bento thize.</s>
<s id="14">For more information go to the main website Other wikis Meta-Wikipedia/Meta-Vicipaedia | Wikitonary/Victionaria | Wikibooks/Vicilibraria | Wikiquote/Viciquotas | Wikisource Izibalo isathulo sokucala kwezokubala.</s>
<s id="15">Imfundo igaba esibaluleke kakhulu kwezobusayensi.</s>
<s id="16">Wonke umuntu kufanele akazi ukubala, ukubala imali kungezinye izinto ezifuna ulwazi lokukwazi ukubala.</s>
<s id="17">Funda ukubala Kahle Hlanganisa Hlanganisa izinamba ezinkulu Khipha - Bala okukhishiwe Khipha izinto/inamba enkulu Phindaphinda Phindaphinda ngenamba enkulu Hlukanisa Umsebenzi wasekhaya wokubala Yini amacephu?</s>
<s id="18">Kulesibonelo esiphezulu kuyake kwenzeke ukuthi izinto esinazo zingezeke.</s>
<s id="19">Yonke indawo esiyibhekayo inezinto.</s>
<s id="19">___LASTID___</s>
</document>