Apha kulapho sibukela khona umabonakude.
Lapha kulapho sibuka khona umabonakude.


Ungayibona ikati?
Uyalibona ikati na?

Le dikshinari yenzelwe ukunceda abantwana abakwiminyaka yabo yokuqala embalwa yokufunda isiNgesi okanye isiZulu njengolwimi olongeziweyo.
Lesi sichazamazwi senzelwe ukusiza izingane ezineminyaka ephansi, ezisaqala ukufunda isiNgisi noma isiZulu njengolimi olwengeziwe.

Bangaphi abantu abafunda iphephandaba?
Bangaki abantu abafunda iphephandaba?

Idolo lakho libuhlungu?
Kungabe idolo lakho libuhlungu?

Iphi ikepusi yam?
Likuphi ikepisi lami?

Ndiza kunxiba ijini.
Ngizogqoka ijini.

Iphi ikepusi kaJabu?
Likuphi ikepisi likaJabu?

Apha kulapho sihlala khona.
Lapha kulapho sihlala khona.

Ingasezivenkileni.
Iseduzane noxhaxha lwezitolo.

Sijongeni!
Sibheke!

Ungazifumana isikhombi-ndawo semoski, nesecawe, nesesinagogo?
Ungazithola izimpawu zesonto lamaSulumani, isonto kanye nesinagogo?

Sifuna umgubo neswekile.
Sidinga ufulawa noshukela.

Baya kubhatala malini ngezi ziselo ezibandayo ezimbini?
Bazokhokha malini ngalezi ziphuzo ezibandayo ezimbili?

Usalele.
Usalele.