# aed/102007361.xml.gz
# zu/102007361.xml.gz


(src)="1"> MARINA y Jorge son una pareja alegre y feliz .
(trg)="2"> * Bayinakekela kahle indodana yabo .

(src)="2"> * Tienen un hijo de tres años de edad , un niño saludable y despierto al que cuidan con especial esmero .
(trg)="3"> Ezweni lanamuhla lokhu akuwona umsebenzi olula .

(src)="3"> En el mundo de hoy , esa no es una tarea fácil , dados los múltiples deberes y preocupaciones que entraña .
(trg)="4"> Kuhilela ukubhekana nezinto eziningi ezikhathazayo kanye nemithwalo yemfanelo .

(src)="4"> ¡ Son tantas las cosas que hay que enseñar a los hijos !
(trg)="5"> Ziningi izinto okudingeka abantwana bazifundiswe !

(src)="5"> Este matrimonio está particularmente preocupado por proteger a su pequeño del abuso sexual .
(trg)="6"> Kunento eyodwa uHeather noScott abakhathazeke ngayo ngokuyinhloko : Bafuna ukuvikela umntwana wabo engozini yokunukubezwa ngokobulili .

(src)="6"> ¿ Por qué razón ?
(trg)="7"> Ngani ?

(src)="7"> “ Mi padre era un hombre frío y violento que se emborrachaba con mucha frecuencia — relata Marina — .
(trg)="8"> UHeather uthi : “ Ubaba wayeyisidakwa esingenamusa , esasihlala sithukuthele .

(src)="8"> Me daba unas palizas terribles y abusaba de mí y de mis hermanas . ”
(trg)="9"> Wayengibhaxabula , futhi esinukubeza mina nawodadewethu . ”

(src)="9"> * Para nadie es un secreto que este tipo de abuso deja hondas cicatrices emocionales .
(trg)="10"> * Abantu abaningi bayavuma ukuthi ukunukubezwa ngaleyo ndlela kungadala izibazi ezijulile ngokomzwelo .

(src)="10"> Es lógico , pues , que Marina , al igual que su esposo , esté decidida a proteger a su hijo .
(trg)="11"> Yingakho uHeather ezimisele ukuvikela indodana yakhe !
(trg)="12"> UScott uzizwa ngendlela efanayo ngokuyivikela .

(src)="11"> A muchos padres les inquieta la situación , y tal vez usted sea uno de ellos .
(trg)="13"> Ukunukubezwa kwabantwana kuyabakhathaza abazali abaningi .
(trg)="14"> Mhlawumbe kunjalo nangawe .

(src)="12"> Es posible que no haya padecido en carne propia esta clase de agresión y sus secuelas como Marina y Jorge , pero seguramente ha oído informes espantosos sobre lo común que es esta aberración .
(trg)="15"> Ngokungefani noScott noHeather , kungenzeka awukaze ubhekane ngokuqondile nokunukubezwa nemiphumela yako , kodwa akungabazeki ukuthi uke wezwa ngemibiko eshaqisayo yokwanda kwalo mkhuba onyanyekayo .

(src)="13"> Por todo el mundo , los padres sienten horror al enterarse de lo que les está sucediendo a los niños de su propia comunidad .
(trg)="16"> Emhlabeni kabanzi abazali abalungile bayashaqeka lapho bezwa ngalokho okwehlela izingane emphakathini wabo .

(src)="14"> No sorprende que cierto especialista en el tema calificara la magnitud del abuso infantil como “ uno de los descubrimientos más desmoralizadores de nuestros tiempos ” .
(trg)="17"> Akumangazi ukuthi omunye umcwaningi emkhakheni wezokunukubezwa ngokobulili wathi amazinga okunukubezwa kwezingane “ angenye yezinto ezidumaza kakhulu ezitholakala kule nkathi yethu . ”

(src)="15"> Malas noticias , sin duda ; pero ¿ sorprendentes ?
(trg)="18"> Ngokuqinisekile lokhu kuyadabukisa , kodwa ingabe lezi zenzakalo ziyamangalisa ?

(src)="16"> No para quienes estudian la Biblia .
(trg)="19"> Hhayi kubafundi beBhayibheli .

(src)="17"> La Palabra de Dios predijo que viviríamos en un período difícil llamado “ los últimos días ” , un tiempo en que predominaría el comportamiento ‘ feroz ’ y habría hombres “ amadores de sí mismos ” y sin “ cariño natural ” .
(trg)="20"> IZwi likaNkulunkulu lichaza ukuthi siphila enkathini yezinkathazo okuthiwa “ izinsuku zokugcina , ” isikhathi esiphawuleka ngokudlanga kokuziphatha ‘ okunolaka , ’ lapho abantu babeyoba “ abazithandayo ” ‘ nabangenalo uthando [ lwemvelo ] . ’ — 2 Thimothewu 3 : 1 - 5 .
(trg)="21"> Ukunukubezwa ngokobulili kuyindaba ethusayo .

(src)="18"> El abuso sexual es un tema que intimida ; de hecho , nos abruma la perversidad de quienes buscan niños para aprovecharse de ellos .
(trg)="22"> Empeleni , abanye abazali bazizwa bephelelwa amandla lapho becabanga ngobubi obukhulu kangaka babantu abafuna izingane ukuze bazinukubeze ngokobulili .

(src)="19"> Ahora bien , ¿ son impotentes los padres ante este problema ?
(trg)="23"> Kodwa ingabe le nkinga ingaphezu kwamandla abazali ?

(src)="20"> ¿ O existen medidas preventivas que puedan adoptar ?
(trg)="24"> Noma ingabe zikhona izinyathelo ezingokoqobo abazali abangazithatha ukuze bavikele abantwana babo ?

(src)="21"> Los siguientes artículos abordarán estas cuestiones .
(trg)="25"> Izihloko ezilandelayo zizophendula le mibuzo .

(src)="22"> Se han cambiado los nombres .
(trg)="26"> Amagama akulolu chungechunge lwezihloko ashintshiwe .

(src)="23"> Comete abuso sexual de menores el adulto que utiliza a un niño para satisfacer su apetito carnal .
(trg)="27"> Ukunukubezwa kwengane ngokobulili kwenzeka lapho umuntu omdala esebenzisa ingane ukuze anelise izifiso zakhe zobulili .

(src)="24"> El abuso implica generalmente actos que la Biblia llama fornicación ( por·néi·a ) , entre ellos acariciar los órganos genitales , realizar el coito y practicar el sexo oral o anal .
(trg)="28"> Kuvame ukuhilela lokho iBhayibheli elikubiza ngokuthi ubufebe , noma i - por·neiʹa , okungahlanganisa ukupotopotoza izitho zobulili , ukulala nayo kanye nobulili bomlomo noma bendunu .

(src)="25"> Otros actos abusivos — como acariciar los pechos , hacer proposiciones deshonestas explícitas , mostrar pornografía , gozar espiando a otros ( voyerismo ) y mostrar los genitales ( exhibicionismo ) — pueden constituir “ conducta relajada ” o “ inmundicia con avidez ” , prácticas condenadas por la Biblia .
(trg)="29"> Ezinye izenzo zokunukubeza — ezinjengokuwotawota amabele , ukukhuluma ngokuziphatha okubi ngendlela eyingcaca , ukubonisa ingane izithombe ezingcolile , ukuzanelisa ngokubukela abantu benza izenzo zobulili nokuveza izitho zobulili obala — iBhayibheli liyakulahla , likubiza ngokuthi “ ukuziphatha okubi ” noma ‘ ukungcola okwenziwa ngokuhaha . ’ — Galathiya 5 : 19 - 21 ; Efesu 4 : 19 .

# aed/102007362.xml.gz
# zu/102007362.xml.gz


(src)="1"> EL ABUSO sexual de menores no es en absoluto un tema agradable ; dan escalofríos de solo pensarlo , sobre todo a los padres .
(trg)="1"> BAMBALWA kithina abafuna ukugxila endabeni yokunukubezwa kwabantwana ngokobulili .
(trg)="2"> Kuyabashaqisa abazali ukucabanga nje ngakho !

(src)="2"> Sin embargo , es una cruda y espantosa realidad del mundo actual con trágicas consecuencias para los niños .
(trg)="3"> Kodwa ukunukubezwa okunjalo kuyiqiniso elisabisayo nelingajabulisi ezweni lanamuhla , futhi imiphumela yako ingabalimaza kakhulu abantwana .

(src)="3"> ¿ Merece la pena hablar de ello ?
(trg)="4"> Ingabe kuyazuzisa ukucabanga ngalokhu ?

(src)="4"> Pues bien , ¿ cuánto estaría dispuesto a pagar por la seguridad de sus hijos ?
(trg)="5"> Yini obungayenza ukuze abantwana bakho bahlale bevikelekile ?

(src)="5"> Conocer algo de las amargas verdades sobre el abuso es un precio ínfimo comparado con las ventajas que puede reportarle .
(trg)="6"> Ngokuqinisekile awulahlekelwa lutho uma ufunda ngamaqiniso angajabulisi okunukubezwa .

(src)="6"> No deje que esta plaga lo acobarde .
(trg)="7"> Ulwazi olunjalo lungawenza ngempela umahluko .

(src)="7"> Al menos , usted posee facultades que sus hijos no tienen y que les llevará años — o hasta décadas — desarrollar .
(trg)="9"> Okungenani , unamandla umntanakho angenawo — amandla okuyothatha iminyaka , ngisho namashumi eminyaka , ukuba umntanakho abe nawo .

(src)="8"> Con la edad ha adquirido un inmenso caudal de conocimientos , experiencia y sabiduría .
(trg)="11"> Isihluthulelo siwukuba uqine futhi usebenzise lawo mandla ekuvikeleni umntanakho .

(src)="9"> La clave está en reforzar dichas facultades y utilizarlas para proteger a sus hijos .
(trg)="12"> Sizoxoxa ngezinyathelo ezintathu eziyisisekelo ezingathathwa yibo bonke abazali .

(src)="10"> A continuación analizaremos tres medidas esenciales que todos los padres pueden adoptar , a saber : 1 ) convertirse en la primera línea de defensa contra el abuso , 2 ) instruir a los hijos de forma adecuada sobre el tema y 3 ) enseñarles acciones de protección básicas .
(trg)="13"> Yilezi : ( 1 ) Yiba umvikeli wokuqala womntanakho ekunukubezweni , ( 2 ) nikeza umntanakho ulwazi oludingekayo oluyisisekelo , ( 3 ) bese umhlomisa ngamathuluzi okuzivikela ayisisekelo .

(src)="11"> La responsabilidad de proteger a los hijos recae principalmente en los padres , no en los hijos ; de ahí que sean ellos quienes deban educarse primero .
(trg)="14"> Umthwalo oyinhloko wokuvikela abantwana ekunukubezweni usemahlombe abazali , hhayi kubantwana .
(trg)="15"> Ngakho kufanele kufundiswe abazali ngaphambi kwabantwana .

(src)="12"> Hay cosas que usted necesita saber , como por ejemplo , quiénes abusan de los niños y qué tácticas siguen .
(trg)="16"> Uma ungumzali , kunezinto ezimbalwa okudingeka uzazi ngokunukubezwa kwabantwana .

(src)="13"> Muchos se imaginan que los abusadores son extraños que acechan a los niños en las sombras para raptarlos y violarlos .
(trg)="17"> Kudingeka wazi ukuthi obani abanukubeza abantwana nokuthi bakwenza kanjani .

(src)="14"> Aunque sabemos por los medios de comunicación que estos monstruos sí existen , son relativamente raros .
(trg)="18"> Ngokuvamile abazali bacabanga ukuthi abanukubezi bangabantu abangaziwa , abafuna izindlela zokuthumba abantwana bese bebadlwengula .

(src)="15"> En un 90 % de los casos , el agresor es una persona que el niño conoce y en quien confía .
(trg)="21"> Kodwa abavamile .
(trg)="22"> Emacaleni angaba ngamaphesenti angu - 90 okunukubezwa kwabantwana , umenzi walesi senzo kusuke kungothile umntwana amaziyo kakade futhi amethembayo .

(src)="16"> Naturalmente , cuesta creer que un vecino , un maestro , un médico , un entrenador o un familiar afables puedan mirar con lujuria a su hijo .
(trg)="23"> Ngokwemvelo , umuntu akakwamukeli ukuthi umakhelwane olungile , uthisha , isisebenzi sezenhlalakahle , umqeqeshi noma isihlobo singakhanukela umntanakhe .

(src)="17"> Y no hay razón para empezar a desconfiar de todo el mundo , pues la mayoría de la gente no hace algo semejante .
(trg)="24"> Empeleni , abantu abaningi abanjalo .
(trg)="25"> Asikho isidingo sokusola bonke abantu abakuzungezile .

(src)="18"> Aun así , si quiere protegerlo , es preciso que conozca los métodos de que se vale el abusador típico ( véase el recuadro de la página 6 ) .
(trg)="26"> Noma kunjalo , ungamvikela umntanakho ngokwazi ukuthi umnukubezi ngokuvamile usebenza kanjani . — Bheka ibhokisi elisekhasini 6 .

(src)="19"> Conocer sus tácticas lo preparará mejor para convertirse en la primera línea de defensa .
(trg)="27"> Ukwazi amaqhinga anjalo kungakwenza wena , njengomzali , ukulungele kangcono ukuba umvikeli wokuqala .

(src)="20"> Supongamos que alguien que parece interesarse más por los niños que por los adultos se muestra especialmente atento con su hijo , le hace regalos , se ofrece a cuidarlo en su ausencia sin cobrar o a llevarlo de excursión .
(trg)="28"> Ngokwesibonelo , uma othile obonakala ethanda kakhulu abantwana kunabantu abadala ekhetha ukunaka ngokukhethekile umntanakho futhi amuphe izipho noma acele ukumnakekela noma ukushaywa umoya naye , uyokwenzenjani ?

(src)="21"> ¿ Qué hará ?
(src)="22"> ¿ Concluir enseguida que es un pervertido ?
(trg)="29"> Ingabe kufanele uphethe ngokuthi lowo muntu ungumnukubezi ?

(src)="23"> No .
(trg)="30"> Cha .

(src)="24"> No se precipite a sacar conclusiones , puede ser que las acciones de dicha persona sean inocentes .
(trg)="31"> Ungasheshi ukufinyelala iziphetho .
(trg)="32"> Kungenzeka lowo muntu akanacala .

(src)="25"> De todos modos , hay que estar sobre aviso .
(trg)="33"> Noma kunjalo , kungakwenza uqaphe .

(src)="26"> “ Cualquiera que es inexperto pone fe en toda palabra — dice la Biblia — , pero el sagaz considera sus pasos . ”
(trg)="34"> IBhayibheli lithi : “ Noma ubani ongenalwazi uba nokholo kuwo wonke amazwi , kodwa okhaliphile uyazicabangela izinyathelo zakhe . ” — IzAga 14 : 15 .

(src)="27"> Recuerde que todo ofrecimiento que parezca demasiado bueno para ser cierto seguramente lo es .
(trg)="35"> Khumbula , noma isiphi isenzo somusa esibonakala simangalisa kungenzeka vele siyisimanga .

(src)="28"> Indague a fondo los antecedentes de cualquiera que se ofrezca a pasar tiempo a solas con su hijo .
(trg)="36"> Hlolisisa noma ubani ofuna ukuchitha isikhathi eyedwa nomntanakho .

(src)="29"> Hágale saber que usted puede aparecer en cualquier momento para comprobar que todo esté bien .
(trg)="37"> Menze azi lowo muntu ukuthi ungafika noma nini uzobheka umntwana .

(src)="30"> Alicia y Fernando , un matrimonio joven con tres hijos , son muy cautelosos a la hora de dejar a uno de ellos solo con un adulto .
(trg)="38"> UMelissa noBrad , abazali abasebasha babafana abathathu , bayaqaphela lapho beshiya umntwana eyedwa nomuntu omdala .

(src)="31"> Cuando uno de los niños tomaba clases de música en su casa , Alicia le dijo al profesor : “ Estaré entrando y saliendo de la habitación mientras usted esté aquí ” .
(trg)="39"> Lapho enye yamadodana izofundiswa umculo ekhaya , uMelissa watshela uthisha : “ Ngizolokhu ngiphuma ngingena njengoba usekhona . ”

(src)="32"> Tal vigilancia pudiera parecer exagerada , pero estos padres prefieren prevenir que lamentar .
(trg)="40"> Ukuqapha ngale ndlela kungase kuzwakale kuwukweqisa , kodwa laba bazali bancamela lokho kunokuba abantwana babo banukubezwe .

(src)="33"> Participe decididamente en las actividades de su hijo , conozca a sus amigos , revise sus deberes escolares ; si se proyecta una excursión , averigüe todos los detalles .
(trg)="41"> Hileleka ngokugcwele ezintweni ezenziwa umntanakho , ubazi abangane bakhe futhi uhlole nomsebenzi wakhe wesikole .
(trg)="42"> Yazi yonke imininingwane ngohambo oluhlelwayo .

(src)="34"> Un profesional de la salud mental que durante treinta y tres años atendió casos de abuso sexual comenta que un gran número de ellos pudieron haberse evitado con la sola vigilancia de los padres , y cita estas palabras de un convicto por abuso : “ Los padres nos sirven a sus hijos en bandeja de plata .
(trg)="43"> Uchwepheshe othile wezokusebenza kwengqondo owachitha iminyaka engu - 33 esebenza ngamacala okunukubezwa ngokobulili wathi usebone amacala amaningi ayengagwenywa ukube nje abazali babeqaphile .
(trg)="44"> Ucaphuna umnukubezi othile owaboshwa ethi : “ Abazali basinika abantwana ngesihle . . . .

(src)="35"> [ . . . ]
(src)="36"> ¡ Me lo ponían tan fácil ! ” .
(trg)="45"> Ngokuqinisekile babengenzela izinto zibe lula . ”

(src)="37"> Recuerde que la mayoría de los abusadores buscan presas fáciles , y una forma de evitar que su hijo lo sea es implicarse de lleno en su vida .
(trg)="46"> Khumbula ukuthi abanukubezi abaningi bafuna izisulu okulula ukuzithumba .

(src)="38"> Otra manera de ser la primera línea de defensa es saber escuchar .
(trg)="47"> Abazali abahileleka ngokugcwele ekuphileni kwabantwana babo bakwenza kube nzima ukuba babe yizisulu .

(src)="39"> Los niños casi nunca hablan abiertamente del tema por vergüenza o por temor a la reacción .
(trg)="48"> Enye indlela yokuba umvikeli wokuqala womntanakho ukuba isilaleli esihle .

(src)="40"> Así que escuche con detenimiento .
(trg)="49"> Abantwana ngeke balibeke ngembaba ukuthi banukubeziwe ; baba namahloni futhi bakhathazeke ngendlela ozosabela ngayo .

(src)="41"> Preste atención aun al más leve indicio .
(trg)="50"> Ngakho lalelisisa , ubone ngisho nezimpawu ezicashile .

(src)="42"> * Si le preocupa algo que su hijo dice , conserve la calma y hágale preguntas para que se abra .
(trg)="51"> * Uma umntanakho esho okuthile okukukhathazayo , ngesineke buza imibuzo ukuze akhiphe okusenhliziyweni .

(src)="43"> * Si él no quiere que venga cierto niñero o niñera , pregúntele por qué .
(trg)="52"> * Uma ethi akafuni ukuba umnakekeli othile abuye , mbuze isizathu .

(src)="44"> Si le cuenta que un adulto juega con él a cosas raras , pregúntele : “ ¿ Qué clase de cosas ?
(trg)="53"> Uma ethi umuntu omdala udlala naye imidlalo engasile , mbuze : “ Umdlalo onjani ?

(src)="45"> ¿ Qué te hace ? ” .
(trg)="54"> Wenzani ? ”

(src)="46"> Si se queja de que alguien le hizo cosquillas , pregúntele : “ ¿ Dónde te hizo cosquillas ? ” .
(trg)="55"> Uma ekhononda ngokuthi othile ubemkitaza , mbuze , “ Ukukitaze kuphi ? ”

(src)="47"> No reste importancia a sus respuestas .
(trg)="56"> Ungazilulazi izimpendulo zomntwana .

(src)="48"> Los abusadores les dicen a los niños que nadie les creerá , y eso es lo que suele ocurrir .
(trg)="57"> Abanukubezi batshela umntwana ukuthi akukho muntu ozomkholelwa ; futhi ngokuvamile kuyiqiniso .

(src)="49"> El hecho de que los padres crean al niño que ha sido víctima de abuso y lo apoyen constituye un gran paso hacia su recuperación .
(trg)="58"> Uma umntwana enukubeziwe , isinyathelo esikhulu sokululama siwukuba umzali amkholelwe futhi amsekele .

(src)="50"> Sea la primera línea de defensa
(trg)="59"> Yiba umvikeli wokuqala womntanakho

(src)="51"> Una obra de consulta especializada contiene la siguiente declaración de un convicto por abuso : “ Tráiganme un niño que no sepa nada de sexo , y les presentaré a la próxima víctima ” .
(trg)="60"> Incwadi ethile ekhuluma ngokunukubezwa kwabantwana icaphuna umnukubezi owaboshwa ethi : “ Nginike umntwana ongazi lutho ngobulili , uyobe unginike isisulu sami esilandelayo . ”

(src)="52"> Estas escalofriantes palabras deben servir de aviso a los padres .
(trg)="61"> Lawo mazwi ahlasimulisayo ayisikhumbuzo esiwusizo kubazali .

(src)="53"> Un niño ignorante en materia sexual es mucho más fácil de engañar .
(trg)="62"> Abantwana abangazi lutho ngobulili bayizisulu ezikhohliswa kalula abanukubezi .

(src)="54"> La Biblia asegura que el conocimiento y la sabiduría pueden librarnos “ del hombre que habla cosas perversas ” .
(trg)="63"> IBhayibheli lithi ulwazi nokuhlakanipha kungasophula “ kumuntu okhuluma izinto ezonakele . ”

(src)="55"> ¿ No es eso lo que usted quiere para sus hijos ?
(trg)="64"> Akukhona yini lokho okufunela umntanakho ?

(src)="56"> Entonces , como segunda medida preventiva , edúquelos cuanto antes en esta importante cuestión .
(trg)="65"> Khona - ke , njengesinyathelo sesibili esiyisisekelo sokumvikela , ungakugwemi ukumfundisa ngale ndaba ebalulekile .

(src)="57"> Pero ¿ cómo hacerlo ?
(trg)="66"> Kodwa ukwenza kanjani lokhu ?

(src)="58"> A muchos padres les resulta embarazoso hablar de sexualidad con los hijos , y más embarazoso aún les resulta a los hijos .
(trg)="68"> Umntanakho angase akuthole kunzima nakakhulu ukukhuluma ngale ndaba , futhi cishe akunakwenzeka ukuba akhulume ngayo .

(src)="59"> Como no serán ellos los que saquen a relucir el tema , tome usted la iniciativa .
(trg)="69"> Ngakho thatha isinyathelo kuqala .

(src)="60"> Alicia dice : “ Comenzamos desde que eran muy pequeños a enseñarles los nombres de las partes del cuerpo .
(trg)="70"> UMelissa uthi : “ Sasheshe saqala , ngokubiza izitho zomzimba ngamagama .

(src)="61"> En lugar de utilizar un lenguaje infantil , les hablábamos con palabras reales para mostrarles que ninguna parte del cuerpo tiene nada de raro ni vergonzoso ” .
(trg)="71"> Sasisebenzisa amagama azo angempela , hhayi awokudlala , ukuze sibabonise ukuthi akukho lutho olubi noma olubangela amahloni nganoma iyiphi ingxenye yomzimba wabo . ”

(src)="62"> Después de esto , la instrucción sobre el abuso resulta más fácil .
(trg)="72"> Kamuva kuba lula ukudlulela engxoxweni ephathelene nokunukubezwa .

(src)="63"> Muchos padres sencillamente les dicen a sus chiquillos que las partes que cubre el traje de baño son privadas y especiales .
(trg)="73"> Abazali abaningi bamane batshele abantwana babo ukuthi izingxenye zemizimba yabo ezivalwa yizingubo zokubhukuda ngezabo kuphela futhi zikhethekile .

(src)="64"> Marina , a quien mencionamos en el artículo anterior , comenta : “ Jorge y yo le enseñamos a nuestro hijo que el pene es algo privado , o personal , y que nadie puede jugar con él : ni mamá , ni papá , ni siquiera el médico .
(trg)="74"> UHeather , okukhulunywe ngaye esihlokweni esandulele , uthi : “ Mina noScott satshela indodana yethu ukuthi ipipi lingelakhe yedwa , aliyona into yokudlala .
(trg)="75"> Akukho muntu okufanele adlale ngalo — ngisho nomama , ubaba noma udokotela .

(src)="65"> Cuando lo llevo al pediatra , le explico que él va a comprobar que todo esté bien , y que por esa razón tal vez lo toque en sus partes privadas ” .
(trg)="76"> Uma simyisa kudokotela , ngiyamchazela ukuthi udokotela uzohlola nje ukuthi yonke into ihamba kahle , yingakho - ke engase athinte laphaya . ”

(src)="66"> Ambos progenitores participan en estas breves charlas de vez en cuando , y le reafirman al niño que siempre puede acudir a ellos y contarles si alguien lo toca donde no debe o de una manera que lo haga sentir incómodo .
(trg)="77"> Bobabili abazali bahlanganyela kulezi zingxoxo njalo , futhi baqinisekisa umntwana ngokuthi angeza kubo abatshele uma othile emthinta ngendlela engafanele noma emenza azizwe engakhululekile .

(src)="67"> Los expertos en el cuidado infantil y la prevención del abuso recomiendan a todos los padres que tengan este tipo de charlas .
(trg)="78"> Ochwepheshe bezokunakekelwa kwabantwana nokunqandwa kokunukubezwa kwabo batusa ukuba bonke abazali babe nezingxoxo ezinjalo nabantwana babo .

(src)="68"> Muchas personas han hallado útil el libro Aprendamos del Gran Maestro * para instruir a sus hijos en este tema .
(trg)="79"> Abaningi baye bathola ukuthi incwadi ethi Funda KuMfundisi Omkhulu * iwusizo ngempela ekufundiseni ngale ndaba .

(src)="69"> El capítulo 32 , titulado “ Cómo se protegió a Jesús ” , transmite a los niños un mensaje directo y a la vez reconfortante sobre los peligros del abuso y la importancia de protegerse .
(trg)="80"> ISahluko 32 , esithi “ Indlela UJesu Avikelwa Ngayo , ” sinomyalezo ongagwegwesi kodwa oduduzayo esiwuphathele abantwana ngezingozi zokunukubezwa nokubaluleka kokuzivikela .

(src)="70"> “ El libro nos ha venido como anillo al dedo para remachar lo que ya les habíamos dicho a nuestros hijos ” , dice Alicia .
(trg)="81"> UMelissa uthi : “ Le ncwadi isinikeze indlela enhle yokugcizelela lokho esiye sakutshela abantwana bethu . ”

(src)="71"> En el mundo de hoy , los niños necesitan saber que hay personas que quieren tocarlos — o hacer que ellos las toquen — de manera indebida .
(trg)="82"> Ezweni lanamuhla abantwana kufanele bazi ukuthi kunabantu abafuna ukuthinta abantwana noma abafuna ukuba abantwana babathinte ngezindlela ezingafanele .